Uphiko lwentsha lwe ANC esifundazweni iKwaZulu-Natal, seluphakamise ukuthi iANC iphume ngokushesha kuhulumeni wobumbano lwesifundazwe.
Loluphiko lusola i-IFP ne DA ngokuthi baphezu kwetulo lokuqeda nge ANC.
I-ANC, i-IFP, i-DA ne NFP abumba uhulumeni wokubambisana esifundazweni emuva kokhetho lukazwelonke lwangonyaka odlule.
Sixoxisane noNtokozo Ngcobo, ongusihlalo wayo i-ANCYL.

EZANAMUHLA: US PROBING 60 COUNTRIES, INCLUDING SA, OVER FORCED LABOUR GOODS.
07:56

ABASIKI BEBUNDA: BMA CLOSES SOME BORDERS IN LIMPOPO OVER FLOODS
05:19

ABASIKI BEBUNDA: BUS DRIVERS UNDER SATAWU TO GO ON STRIKE
06:45