Ungoti wezokuphatha kuhulumeni, uProfessor Mazwe Majola, uthi i-ANC ibhekene nengcindezi. Lokhu njengoba umengameli Cyril Ramaphosa ethule ngokusemthethweni uhlelo lokuhanjiswa kwezidingo zomphakathi - kwizinkulungwane zamakhansela eANC enkundleni yezemidlalo i-FNB stadium eSoweto.
Loluhlelo luzobhekana nokuvuselela uhulumeni wezindawo obhekene nezinkinga ezinkulu zokuhanjiswa kwezidingo emphakathini futhi kuhloswe ngalo ukubhekana nenkinga yamanzi kweminye yemikhandlu, ukuvala imigodi emigwaqeni kanye nokunye.
UProf uxoxisane nentatheli yezindaba zeSABC uTusokwakhe Mhlaba ohlelweni lwezindaba zomphakathi, Abasiki Bebunda.

EZANAMUHLA: GROUND-WORK COLLECTIVE REACTS TO VOTER APATHY.
30:18

ABASIKI BEBUNDA: CONTRALESA CONDEMNS "AMABUTHO" DISRUPTING INGONYAMA TRUST INDABA
06:25

ABASIKI BEBUNDA: ZULU ROYAL HOUSE REFUTES CLAIMS KING MISUZULU KAZWELITHINI SANCTIONED "AMABUTHO" DISRUPTING INGONYAMA TRUST INDABA
06:15