#Ubusuku Obuhle - Ezaselawini no Dr. Mthembu - 12 April 2023

Published Apr 12, 2023, 7:17 PM

Ingabe uyaqala, okusho ukuthi uzolahlekelwa ubuntombi/ubunsizwa bakho. Noma uzobe uqala ukungena nomuntu othandana naye manje.


Sakhave lokhu okubalulekile;
- Ukubaluleka kokuvumelwana, phecelezi iConsent.
- Ukushintsha umqondo sekuphakathi nendaba kuvumelekile nah?
- Kanye nokuthi sizilungiselela kanjani kulolusuku

Ukuphoxeka ngenxa yesimanga esingekho?