#Ubusuku Obuhle - Ezemfundo -Actuarial Science- 02 January 2025
Actuarial Science Guest: Zakhona Mposula
#Ubusuku Obuhle - Ezemfundo -(Agriculture Career)- 02 January 2025
Agriculture Career Guest: Asanda Thusi
#Ubusuku Obuhle (EZEMFUNDO) - Inhlangano Yomphakathi Okhathazekile Documentary - 01 January 2025
Topic: Concerned Young People of South Africa (Inhlangano Yomphakathi Okhathazekile) Kule-Documentary yanamhlanje sibheka iqhaza elibanjwe yinhlangano iConcerned Young People of South Africa phecelezi umphakathi okhathazekile ngokukhula kwezinga labantu abasha abazinikele ngayo ophuzweni oludakayo…
#Ubusuku Obuhle (EZEMFUNDO Pt 2) - Dr Mahaye - 30 December 2024
Engxenyeni yethu yesibili yezinhlelo zethu zezemfundo namhlanje sikhuluma noDr Mahaye ongu-Director emnyangweni wezemfundo la eKZN nge-Home Schooling, ukuthi iyini isebenza kanjani, nokuthi uyazikhethela yini ukuthi ufuna iHome schooling. GUEST: Dr Mahaye (ongu-Director emnyagweni wezemfundo eKZN…
#Ubusuku Obuhle (EZEMFUNDO Pt 1) - Sfiso Nala (Life Coach) - 30 December 2024
#Ubusuku Obuhle - (EZEMFUNDO) - Anonymous - 26 December 2024
Ucwaningo lukhomba ukuthi minyaka yonke siyenyuka isibalo sabantu abasha noma abafundi abazithola beboshwa ngesikhathi samaholide kaKhasimusi nocibinjane, ngenxa yokwenza ubugebengu noma bazithole besendaweni ngesikhathi esingafanele. Umbuzo owokuthi ingabe intsha iyawuqonda yini umthelela wokwenza…
#Ubusuku Obuhle (EZEMFUNDO) - Nokuzola Dudeni - 25 December 2024
Namhlanje sikhuluma nongoti oyi-Mental Health Practioner uNokuzola Dudeni ozoqwashisa ngengcindezi nangezindlela zokugwema noma zokubhekana nengcindezi njengoba kuyisikhathi samaholide, lesi isikhathi sokuthi umuntu lokhu anakho nanamandla okukwenza angazifaki ngaphansi kwengcindezi aze angenwe iDe…
#UbusukuObuhle - Dj Ndringos Mix 1 House Premier - 24 December 2024
#UBUSUKU OBUHLE - Mfundisi Velile Ngcobo - 24 December 2024
Besikhuluma noMfundisi uVelile Ngcobo ovela kwi-Izwi Bible School. Sizokhumbula ukuthi usuku lukakhisimusi usuku oluqhakambisa inkolo yama-Krestu, ababungaza ukuzalwa kuka-Jesu Krestu. GUEST: Mfundisi Velile Ngcobo
#UBUSUKU OBUHLE (EZEMFUNDO Pt 2) 23 December 2024
Ohlelweni lwethu lwanamhlanje besibuka imfundo ngaphambi kwentando yeningi nokuthi kwakunjani ukuba wuthisha ngesikhathi esedlule. Besikhuluma nesihambeli sethu uMrs Myeni, owaqala ukufundisa ngo-1986 efundisa eMlamula primary school efundisa iFoundation phase, wadlulela eMbuyiselo Primary School w…