Uma sibheka izinselelo ezibhekene nabantu baseNingizimu Afrika namuhla, kusukela ebugebengwini, enkohlakalweni, ekuswelekeni kwemisebenzi nasekungahlinzekweni kwezidingo zomphakathi, kuye odabeni lwabantu bakwamanye amazwe abangena kuleli kungemthetho, kunabantu asebeqala ukubuza ukuthi ingabe uMthethosisekelo wethu uyazifeza yini izithembiso zawo.
Namuhla sifuna ukuzwa kuwena ukuthi ingabe uMthethosisekelo udinga ukuchibiyelwa, futhi ikuphi obona ukuthi kudinga ukufakwelwe izibuko ngokushesha?

Ama-Study Care Packs Abafundi: Ukweseka Ingane noma Ukufaka Ingcindezi Kwabanye? | Asikhulume
23:13

Ngabe Uthenga Ngendali Noma Iphakethe Alikagqobhoki? | Mthengi Gada Iphakethe Lakho
15:19

Ukwazi Kangcono IJaji uNavi Pillay | Siqalaza Phesheya
12:11