Ama-Study Care Packs Abafundi: Ukweseka Ingane noma Ukufaka Ingcindezi Kwabanye? | Asikhulume

View descriptionShare
 

Njengoba abafundi bakaMatikuletsheni bebhala izivivinyo zabo zokugcina, kunomkhuba osudonse amehlo abantu abaningi ezinkundleni zokuxhumana, lapho abazali abaya ezikoleni beyoshaya iTadaa ezinganeni zabo ngama-study care packs. Lama study care packs angaba nokudla okulula, iziphuzo, izinto zokubhala nezinye izinto ezisiza umfundi ngesikhathi sezivivinyo.

Umbuzo-ke uthi ingabe inkinga yilesi senzo ekuthiwa esokweseka ingane, noma yindlela esenziwa ngayo, ikakhulukazi uma senziwa obala phambi kwabanye abafundi?

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 1 playlist(s)

Dankie 1223

It is an urban show for Afropolitan: Young, urban and culturally savvy with a global outlook. Inhabi… 
Social links
Recent clips
Browse 1,698 clip(s)