Namhlanje sithi ake simazi kangcono iJaji uNavi Pillay, waseNingizimu Afrika ohlonishwe nge-Nobel Peace Prize ka-2026 ngomsebenzi wakhe kwezobulungiswa namalungelo abantu.
Sizobheka uhambo lwakhe, igalelo lakhe ekulweni nokungabi nabulungiswa emhlabeni, ukusabela kukaMengameli waseMelika uDonald Trump kulo mklomelo, kanye nemibono ehlukene yamazwe ngamazwe. Sixoxa nomhlaziyi wezombusazwe nobudlelwano bamazwe ngamazwe.

Umthethosisekelo Wase Ningizimu Afrika Ngabe Udinga Ukuchitshiyelwa? | Ingalo Yomthetho
14:00

Ama-Study Care Packs Abafundi: Ukweseka Ingane noma Ukufaka Ingcindezi Kwabanye? | Asikhulume
23:13

Ngabe Uthenga Ngendali Noma Iphakethe Alikagqobhoki? | Mthengi Gada Iphakethe Lakho
15:19