Ukuzilungiselele Izivivinyo Zokugcina ZikaMatikuletsheni Ngokomqondo | Kubamba Ezingelayo

View descriptionShare
 

Izivivinyo zokugcina ZikaMatikuletsheni sesingathi sezifikile njengoba kuqalwa ukubhala kusasa, kanti kubafundi abaningi lokhu kuhambisana novalo, ingcindezi nokukhathazeka ngekusasa. Kodwa ukuzilungiselela akugcini ngokufunda kuphela, kubalulekile nokuzilungiselela ngokomqondo.

Namuhla sixoxa nongoti wokusebenza kwengqondo, ngokuthi abafundi nabazali bangabhekana kanjani nale ngcindezi ukuze abafundi babhale izivivinyo bezethemba futhi bezolile.

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 1 playlist(s)

Dankie 1223

It is an urban show for Afropolitan: Young, urban and culturally savvy with a global outlook. Inhabi… 
Social links
Recent clips
Browse 1,698 clip(s)