Izinkundla zokuxhumana seziyinxenye yempilo yethu yansuku zonke. Sabelana ngemibono, izindaba, izithombe namavidiyo kuFacebook, kuTikTok, ku-X, ku-Instagram nakuWhatsApp. Kodwa-ke, inkululeko yokukhuluma ihamba nomthwalo wokusebenzisa lezinkundla ngendlela efanele.
Kulengosi sizoxoxa ngokuthi umthetho uthini ngokuhlambalaza omunye umuntu ezinkundleni zokuxhumana, nokuthi singazivikela kanjani ngaphambi kokuthi sicofe u-“post”, u-“share” noma u-“forward”. Ukuze sisisize siqonde kabanzi ngalolu daba, sihlangene nesazi sezomthetho.

Ifa likaNelson Mandela, Imizuzu engu-67 Yokwenza Umehluko | Asikhulume
11:28

Indlela Yokwenza Inzuzo Emfuyweni Yezinkomo | Umphako Wemvelo
28:23

Mnce T Pain | Ekhishini Lika Mamkhulu
16:28