Uma sikhuluma ngokuthuthukisa imfuyo, abantu abaningi bangacabanga ukuthi impumelelo isho ukuba nezinkomo eziningi, izimbuzi eziningi noma izimvu eziningi. Kodwa iqiniso lithi ikhwalithi yomhlambi ibaluleke kakhulu kunobuningi bawo.
Namuhla sikhuluma nochwepheshe kwezokufuywa kwemfuyo ukuze siqonde ukuthi ufuzo olungcono lungaholela kanjani emhlambini ongcono, ekukhiqizeni okungcono nasebhizinisini elizinzile.

Ithalente Lodwa Angeke Likuphumelelise | Kubamba Ezingelayo
17:43

Ukulungisa Umtholampilo Wangakini | Asikhulume
17:31

Open Line | Mthengi Gada Iphakethe Lakho
20:37