Dankie 1223Dankie 1223

Open Line | Mthengi Gada Iphakethe Lakho

View descriptionShare
 

Umbiko wakamuva uveze ukuthi isibalo sezikhalazo zabathengi sesifinyelele ezingeni eliphezulu, okuyinkomba yokuthi baningi abantu abathenga imikhiqizo noma basebenzise izinsiza, kodwa bagcine sebebhekene nezinkinga nabahlinzeki bezimpahla nezinsiza.

Kungaba umkhiqizo owuthengile ongasebenzi kahle, isevisi onganelisekile ngayo, inkontileka ongayiqondi kahle, imali okumele ibuyiselwe kuwe, noma ibhizinisi elenqaba ukuthatha isibopho uma kukhona okungahambanga kahle.

Yingakho simeme Abakwa National Consumer Commission, ukunika wena ithuba lokuthi ukhulume nabo ngqo ngezinkinga zakho njengomthengi.

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 1 playlist(s)

Dankie 1223

It is an urban show for Afropolitan: Young, urban and culturally savvy with a global outlook. Inhabi 
Social links
Recent clips
Browse 1,651 clip(s)