Namhlanje siqalaza phesheya, empilweni kaSithabile Majola, odabuka eHammarsdale, KwaZulu-Natal. Washiya umsebenzi emkhakheni wezokusakaza, wayoqala impilo entsha eMelika (United States of America), lapho esesebenza khona njengoThisha, waphinde wathola umendo khona lapha.

Sakha Imindeni Ephilayo Part 3 - Impilo Mase Sithelelene Amanzi | Asikhulume
10:57

Sakha Imindeni Ephilayo Part 2 - Inhlambuluko | Asikhulume
23:49

Sakha Imindeni Ephilayo Part 1- Engabe Ngabadlelani Abantu Basemzini? | Asikhulume
26:11