Dankie 1223Dankie 1223

Sakha Imindeni Ephilayo Part 2 - Inhlambuluko | Asikhulume

View descriptionShare
 

Njengoba sigubha iNyanga Yentsha kule nyanga kaNhlangulana, ku-Asikhulume sifuna ukuqala izingxoxo ezakha ikusasa lemindeni yethu. Sikholelwa ukuthi intsha yanamuhla iyona ezokwakha imizi nemindeni yakusasa, yingakho kubalulekile ukuthi sixoxe ngobudlelwano obuthinta amaxhama obudlelwano emakhaya.

Manje sesilana, usuklwebhene nabantu basemzini, usumthukile uMakoti njengosisi walay’khaya, mamezala, usuze wamubheca ngobende inyama engayidlanga uMakoti ngoba uthanda I-Ex yengane yakho hhayi yena. Kwenziwa njani mase kunje, kungiswa kanjani futhi kuthelelwana kanjani amanzi? 

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 1 playlist(s)

Dankie 1223

It is an urban show for Afropolitan: Young, urban and culturally savvy with a global outlook. Inhabi 
Social links
Recent clips
Browse 1,575 clip(s)