Njengoba sigubha iNyanga Yentsha kule nyanga kaNhlangulana, ku-Asikhulume sifuna ukuqala izingxoxo ezakha ikusasa lemindeni yethu. Sikholelwa ukuthi intsha yanamuhla iyona ezokwakha imizi nemindeni yakusasa, yingakho kubalulekile ukuthi sixoxe ngobudlelwano obuthinta amaxhama obudlelwano emakhaya.
Kuleli sonto sifuna ukuguqula indlela esibheka ngayo lolu daba. Asisagxili enkingeni kuphela, kodwa sibheka izindaba zempumelelo, imindeni eyakwazi ukwelapha amanxeba, yabuyisana, yaxolelana futhi yanweba isandla sokuthula.

12.06.26 - Podcast (Asikhulume
23:49

Sakha Imindeni Ephilayo Part 2 - Inhlambuluko | Asikhulume
23:49

Sakha Imindeni Ephilayo Part 1- Engabe Ngabadlelani Abantu Basemzini? | Asikhulume
26:11