Intsha yaseNingizimu Afrika Ishintsha Indlela Okusebenza Ngayo iziStokvel | Mthengi Gada Iphakethe Lakho
Dankie 1223
It is an urban show for Afropolitan: Young, urban and culturally savvy with a global outlook. Inhabitants of a metropolis. People who are in rural/per…1,654 clip(s)
Loading playlist
Ama-Stokvel kudala aziwa njengendlela yokuhlanganisa imali ukuze kongiwe noma kubhekwane nezidingo ezithile. Kodwa-ke, intsha yaseNingizimu Afrika isiqala ukuwasebenzisa ngendlela ehlukile,
Ucwaningo olwenziwe abakwa-Ipsos luveza ukuthi iStokvel sesiyadlisa nakubantu abasha, asebeqala ukusisebenzisa hhayi nje ukongela ukudla noma ukuphela konyaka, kodwa nokutshala imali kwimizi, ukuqala amabhizinisi nokuzakhela ingcebo. Lezi ngezinye zezinto esizixoxa nongoti wezezimali.



