Njengoba sisondela kuSuku lukaNelson Mandela, elongoMgqibelo mhlaka 18, izwe lonke liyakhunjuzwa ngomkhankaso wokunikela imizuzu engu-67 ukwenza okuhle emphakathini, ukuhlonipha iminyaka engu-67 uMadiba ayichitha elwela inkululeko, ubulungiswa nokulingana.
Kodwa namuhla sifuna ukubuza umbuzo ohlukile. Sekuyisikhathi eside sivame ukukhononda ngokuthi izinto azihambi kahle emiphakathini yethu.
Namuhla sifuna ukuzwa kuwena ngodaba lwakho noma lomuntu omaziyi osewayeka ukukhononda, wanquma ukuba yingxenye yoshintsho, futhi iluphi lolushintsho?

Indlela Yokwenza Inzuzo Emfuyweni Yezinkomo | Umphako Wemvelo
28:23

Mnce T Pain | Ekhishini Lika Mamkhulu
16:28

Amaphutha Esiwenzayo Masiqondisa Amabhuku Entela | Mthengi Gada Iphakethe Lakho
22:44