Dankie 1223Dankie 1223

DANKIE1223 - KWANDABA ZABANTU

View descriptionShare

BAMISIWE abasebenzi bakaMasipala waseNewcastle, okuthiwa batholwa bedla amambawu bukhoma emini kwabha ngesikhathi somsebenzi, baze bashuthwa ngabantu.

Isolezwe lithole ukuthi abasebenzi bakamasipala abahlanu bebenomkhuba wokuhlala epaki thizeni bashaye ezibandayo kubuka amalungu omphakathi.

Kuthiwa bakwenza lokhu befake ngisho izimpahla ezibakhombayo ukuthi basebenzela umkhandlu, kodwa bengazi nanyaka.

Umbuzo omkhulu uthi: isiphi isigameko owawungakaze ucabange ukuthi siyoke sikufake enkingeni ngelinye ilanga kodwa ugcine usulahlekelwa umsebenzi ngaso? Noma esacishe (kwashoda kancane) sakulahlekisela ngomsebenzi?

  • Facebook
  • Twitter
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 1 playlist(s)

  1. Dankie 1223

    648 clip(s)

Dankie 1223

Dankie 1223
Social links
Recent clips
Browse 662 clip(s)