Ngalengosi Sifisa ukukuchushisa nokukunoniphalisa ngezomculo eNingizimu Africa naphesheya mlaleli.
Kungabe ufisa ukungena kuwo lomkhakha wakaqeda isizungu noma ungumlamdeli wawo.
Njalo ngolwesihlanu sizobe sinoThemba Molongoana oyi-Artist & Repertoire Manager kwa- Sheer Publishing.
Uzosicobelela ngolwazi kulomkhakha ephinde esazise izingoma nama Album amasha aphumile njalo ngolwesihlanu.