
ASISABALALE NGOLWAZI_ no-Nco Dube - Namuhla sibheka ngokujulile ukuthi kungani inkululeko yezepolitiki ngemuva kuka1994 ingakashintshi ngokuphelele impilo yezomnotho yabantu abaningi #UkhoziFMWNB
21:58

UKHOZI FM MOTORING_ Sbo Myeni - Kulelisonto sinomlaleli osithumele VN ecela usizo ngodaba lokuthi wathenga imoto, wathi eseya ngasekuyiqedeni ukuyikhokhela, wathola ukuthi kunenye imoto esiphinde yenziwa enye i-finance kwi-account yakhe #UkhoziFMWNB
11:16

ASISABALALE NGOLWAZI_ no-Nco Dube - Namuhla sibuka ukuthi izindaba ezingamampunge zokuthi iNingizimu Afrika inemithetho engaphezu kuka 140 ebandlululayo #UkhoziFMWNB
20:41