
UMUNTU UMUNTU NGABANTU_ngoMsombuluko kulolu hlelo i-WNB, sike sakhulume ngemindeni ephethwe izingane (child-headed households) kanye nengcindezi enkulu ebhekana nentsha esphoqeleke ukuthwala izimo zokubhekana nekhaya besebancane. Phakathi kwaleyo ngxoxo, kube khona owasithumela i-WhatsApp VN oyathinta kakhulu umdidiyeli wohlelo, owabona sengathi kuningi okubhekene nalomuntu omusha. Namuhla sikhuluma naye lo owasithuma le-VN ukuze sizwe kabanzi ngempilo yakhe, izinselelo abhekana nazo #UkhoziFMWNB
16:48

NANSI IMEYILI ABAPHILE ABANTU_ Sikhuluma nabakwa-Younger Medial Aesthetics ngabakwenzayo kanjalo nomkhankaso wabo wokukhumbula imisebenzi yobaba ngalolusuku lwabo njengoba befuna ukukhuthaza amadoda ukuthi abeke impilo yawo phambili, akhuthalele ukuhlolelwa impilo njalo, futhi aphile ngendlela enempilo #UkhoziFMWN
12:38

EZIKABHOQO_ noNDLEBE ku #UkhoziFMWNB (18 JUNE 2026)
04:39