lapha besikhuluma nobaba wezingane ezimbli akathi umama wazo wahamba wayogana nazo futhi akamniki imvume yokuzibona.

IZIHAMBELI (GUESTS) - Njengoba amazwe ase-Afrika egubha i-Africa Day, kubalulekile ukubheka ingcebo enkulu i-Afrika enayo — okubalwa kuyo ulwazi lwendabuko, amandla emvelo kanye nezinto ezahlukene zesintu ezingasiza kakhulu emithini yesimanje #UkhoziFMWNB
20:49

ASISABALALE NGOLWAZI_ no-Nco Dube - Namuhla usuku olwaziwa ngeAfrica Day, ake sibheke umsuka walolusuku, ukuthi kusho ukuthini ukuba ngumAfrika, umthelela walolusuku ezwenikazi lethu, kanye nendikimba (theme) yalo losuku kulonyaka. Sifuna ukugqamisa ukubaluleka kobumbano, umlando, kanye nesibopho sokwakha ikusasa le Afrika eliqhakazile #UkhoziFMWNB
08:51

IZIHAMBELI (GUESTS) - Namhlanje sikhuluma sikhuluma no-Sminofu kanye no-Jesse Clegg nge-collaboration yabo entsha kwingoma “Woza Friday” eyi-remake yengoma eyayiculwa u-Johnny Clegg ne-Juluka #UkhoziFMWNB
24:04