
ISIHAMBELI (GUEST) - Namhlanje kodwa sithe akesikhulume nomdlali u-Andile Jali owadunyiswa kakhulu yikhono lakhe kuwo lomncintiswano we-Nedbank Cup ukuxoxa naye ngamagalelo akhe kanye nawalomncintiswano neqhaza lawo kubathandi bebhola #UkhoziFMWNB
13:02

NANSI IMEYILI ABAPHILE ABANTU - Namhlanje sikhuluma ngokubaluleka kokugoma njengoba siqala i-World Immunization Week (April 24-30) kanye no-Dr. Nqobile Mhlongo #UkhoziFMWNB
11:02

ASISABALALE NGOLWAZI_ no-Nco Dube - Namuhla ingxoxo yethu ibheka ukuthi kungani izifundo nocwaningo olwahlukene lwamazwe ngamazwe, kubandakanya ne-International Center for Transitional Justice (ICTJ), ziqhubeka nokubeka iNingizimu Afrika njengelizwe elihamba phambili emhlabeni ngokungalingani kwabantu abakhele izwe elilodwa #UkhoziFMWNB
19:18