ASISABALALE NGOLWAZI_ no-Nco Dube - Silandela ivoti ukusuka esiteshini sokuvota kuye emiphumeleni esemthethweni. Sichaza abamele amaqembu, izikhalo, ukwabiwa kwezihlalo nokuthi kwakhiwa kanjani umkhandlu uma kungekho qembu elithole iningi eliphelele. #UkhoziFMWNB
No description provided
In 1 playlist(s)
Woza Nabangani Bakho
Woza Nabangani Bakho (WNB) is an afternoon drive show that feels like your home away from home. It h…Social links
Recent clips

IZIHAMBELI (GUESTS) - Njengoba sesingena kwimpelasonto…futhi maduze sesithi festive season…umculo wokujabula iwona esikuphathele wona. Namhlanje sikhuluma no-DJ Nkoh kanye no-Professor ngengoma bayo entsha ethi ‘Friday’! #UkhoziFMWNB
12:34

EZIKABHOQO_ noWELE ku #UkhoziFMWNB (05 NOV 2026)
05:26

KUNGANI UNGAVELE UMSHIYE_ Namhlanje sikhuluma nabantu abathi umuntu wami ngiyamuthanda impela kodwa liyamuhlula ibhodwe, akakwazi ukupheka sidalo sakhe…nami ngingowesilisa ngiyamudlula ebhodweni. Izokwenziwa njani le yomuntu wesifazane ohlulwa yibhodwe…ngofanini nokudla okushile nokunosawoti omningi! #GBV It Ends With You #UkhoziFMWNB
11:09
