ASISABALALE NGOLWAZI_ no-Nco Dube - Njengoba sesisonga i-Transport Month sibheka ibhizinisi lamatekisi: ukuthi kuqalwa kanjani, imali ingena kanjani nokuthi yini esalayo uma zonke izindleko sezikhokhiwe. #UkhoziFMWNB
In 1 playlist(s)
Woza Nabangani Bakho
Woza Nabangani Bakho (WNB) is an afternoon drive show that feels like your home away from home. It h…Social links
Recent clips

KUNGANI UNGAVELE UMSHIYE_ Namhlanje sikhuluma nabantu abathi umuntu wami ngiyamuthanda impela kodwa ngathi uselahle ithemba kakhulu, akathandi lutho akanayo leya-drive yempilo nokufuna ukuzama empilweni. #UkhoziFMWNB
19:26

UKHOZI FM MOTORING_ Sbo Myeni - Inyanga kaMfumfu ibe matasa kakhulu emakethe yezimoto e-Ningizimu Afrika, njengoba abakhiqizi abahlukene bethule izimoto ezintsha, kusukela kuma- SUV kanokusho kuya ezimotweni ezisebenza ngogesi. #UkhoziFMWNB
09:41

ASISABALALE NGOLWAZI_ no-Nco Dube - Namuhla yi-World Day for Audiovisual Heritage. Ukuqoshwa kwemisakazo, izinhlelo zethelevishini, amafilimu nomculo kugcina amazwi, izilimi nezikhathi ezibalulekile zomlando wethu. Sibheka ukuthi le misebenzi igcinwa kanjani, ubani onamalungelo kuyo nokuthi umphakathi kufanele uyifinyelele kanjani. Siphinde sixoxe ngobungozi bokonakala, ukulahleka nobuchwepheshe obungasasetshenziswa. #UkhoziFMWNB
18:16
