Ucwaningo olwenziwa abe SME Tech Index ngo 2023 lukhomba ukuthi amabhizinisi asafufusa aholwa abantu besilisa
avame ukuthi abusebenzise ubuchwepheshe. Kuthiwa aholwa abantu besifazane bayasaba kakhulu. Kanti kuthiwa
ubuchwepheshe obusha bungawasiza kakhulu amabhizinisi ukuthi asimame. USiphumelele Zondi uzosichazela kabanzi.

#Ukhozi FM BREAKFAST SHOW - 07 APRIL 2026
11:46

#UkhozifmVabs :sixoxa no Rank Manager wase Mbumbulu taxi association
09:39

#Ezwenisakhile :UMZALI OXAKWE INGANE ENIMNYAKA EMITHATHU EYISIQHWAGA ECRECHE NASENDLINI. ISIZE YAGWAZA ILUNGA LOMNDENI INXEBANA.
17:31