#Vukamotoring no Sbo Myeni :Awusichazele kabanzi ngama safety ratings ezimoto nokuthi kusuke kubhekwani?
#Vukamotoring no Sbo Myeni :Awusichazele kabanzi ngama safety ratings ezimoto nokuthi kusuke kubhekwani?
#Ukhozifmvabs :Sixoxa ngodaba olumayelana ne-scholar transport, omalume abasithuthela izingane zethu beziyisa esikoleni. Lokhu kulandela iVoice Note esiyithole kumlaleli okhalaza ngemali okumele ayikhokhe yize kuzoba isikhathi samaholidi umntwana engasayi esikoleni. Sizolalela iVN yomlaleli bese sixoxa no Sbongile Maseko ongunobhala we Greater Gauteng Learner Transport Organisation.
#Ukhozifmvabs :Sixoxa ngodaba olumayelana ne-scholar transport, omalume abasithuthela izingane zethu beziyisa esikoleni. Lokhu kulandela iVoice Note esiyithole kumlaleli okhalaza ngemali okumele ayikhokhe yize kuzoba isikhathi samaholidi umntwana engasayi esikoleni. Sizolalela iVN yomlaleli bese si…
#Amazwi okuqala usuku : Scelo Mncube
#Ukhozifmvabs :namhlanje sithe asibheke iziphakamiso ezimbili ezithinta uphuzo oludakayo. Isiphakamiso sokuqala simayelana nokunyuswa kwentengo yotshwala obushibhile ukulwisana nezinkinga ezibandakanya uphuzo oludakayo, isiphakamiso sesibili sithinta ukuncishiswa kwezikhathi zokusebenza kwezindawo zokucima ukoma eLimpopo. Sizoqale sixoxe no Zimasa Mpemnyama ohola umkhankaso obizwa nge Alcohol Reduction Campaign e-DG Murray Trust sizobuye sixoxe no Leo Gama, okhulumela i-Limpopo Economic Development Agency.
#Ukhozifmvabs :namhlanje sithe asibheke iziphakamiso ezimbili ezithinta uphuzo oludakayo. Isiphakamiso sokuqala simayelana nokunyuswa kwentengo yotshwala obushibhile ukulwisana nezinkinga ezibandakanya uphuzo oludakayo, isiphakamiso sesibili sithinta ukuncishiswa kwezikhathi zokusebenza kwezindawo …
#Amazwiokuqala usuku : Dr Nelisiwe Zimu
#Ezwenisakhile :Namhlanje sixoxa no Siyabonga Mthembu oneminyaka engu 16 onenkinga yokuthi akakwazi ukuzizwa uma kufanele ayozikhulula endlini encane.
#Ezwenisakhile :Namhlanje sixoxa no Siyabonga Mthembu oneminyaka engu 16 onenkinga yokuthi akakwazi ukuzizwa uma kufanele ayozikhulula endlini encane.
#Amazwi okuqala usuku :Dr Ngogi Mahaye
#Amazwi okuqala usuku : Paul Nzimande
#Vukaqonde ngokuguquguquka kwesimo sezulu no: Thandiwe Gumede
Yini Uthingolwenkosazana ?
#Ukhozifmvabs :Sixoxa ngabavukuzi abangekho emthethweni abaziwa ngama zama-zama. Lengxoxo ilandela umyalelo okhishwe Inkantolo enkulu yase Pitoli wokuthi kuvulwe indlela yokungena emayini yaseStilfontein eNorth West ukuze kuvunyelwe abezimo eziphuthumayo bafinyelele kubavukuzi abasele emgodini wemayini engasasebenzi. Labavukuzi abafuni ukuphuma ngoba besaba ukuboshwa amaphoyisa asebenza ngaphansi komkhanso obizwa nge Operation Vala
#Ukhozifmvabs :Sixoxa ngabavukuzi abangekho emthethweni abaziwa ngama zama-zama. Lengxoxo ilandela umyalelo okhishwe Inkantolo enkulu yase Pitoli wokuthi kuvulwe indlela yokungena emayini yaseStilfontein eNorth West ukuze kuvunyelwe abezimo eziphuthumayo bafinyelele kubavukuzi abasele emgodini wema…