Sikhuluma no Ntombenhle Mkhize ongomunye wamalungu afakele i-MK Party isimangalo eNkantolo
eNkulu yaseWestern Cape, lapho belwela khona ukuba le nkantolo ibuyekeze isinqumo sokubakhipha ephalamende. U-
Ntombenhle ukhala ngokuthi leliqembu lamxosha ephalamende emva kokuthi esesule nase msebenzini wobuthishela.
Asixoxe no-Ntombenhle sizobuye sikhulume no Sihle Ngubane ongusotshwebhu we MK Party ePhalamende, siphinde
sizwe uvo luka Mnuz Reggie Ngcobo okhulumela uSomlomo wePhalamende.

#Ukhozi FM BREAKFAST SHOW - 07 APRIL 2026
11:46

#UkhozifmVabs :sixoxa no Rank Manager wase Mbumbulu taxi association
09:39

#Ezwenisakhile :UMZALI OXAKWE INGANE ENIMNYAKA EMITHATHU EYISIQHWAGA ECRECHE NASENDLINI. ISIZE YAGWAZA ILUNGA LOMNDENI INXEBANA.
17:31