#UkhozifmVabs:Uhlaka olwengamele ezokukhangisa i-Advertising Regulatory Board isiphoqe inkampani ekhiqiza izicima koma noma ama-cider ukuthi ihoxise isikhangiso esibonisa abesifazane bengcebeleka ebhishi bephethe lesiphuzo. Lesiphuzo sikhonjiswa singavuliwe okuyiphuzu elibekwe yiyo lenkampani ngenkathi iziphendulela. Kodwa loluhlaka olwengamele ezokukhangisa luphakamise ukuthi lesikhangiso sikhuthaza ukuthi abantu abaphuze uma besemabhishi. Sixoxisana no Sphamandla Mthethwa, Founder and director of Sphamandla Mthethwa Attorneys.

#Ukhozi FM BREAKFAST SHOW - 07 APRIL 2026
11:46

#UkhozifmVabs :sixoxa no Rank Manager wase Mbumbulu taxi association
09:39

#Ezwenisakhile :UMZALI OXAKWE INGANE ENIMNYAKA EMITHATHU EYISIQHWAGA ECRECHE NASENDLINI. ISIZE YAGWAZA ILUNGA LOMNDENI INXEBANA.
17:31