#Ukhozifmvabs :Sivakashela udaba lokuhlaba isilwane uma kunomcimbi wesintu njengoba sazi ukuthi uSeptember inyanga yamagugu nokuqhakambisa amasiko ethu. Sixoxisana no Sihle Mlaba ongumsunguli wenkampani ebizwa ngokuthi Abahlinzi, lenkampani ezinze eMgungundlovu ifika kwakho ihlinze, ihlahlele, yose futhi ipheke inyama uma kunomsebenzi. Sizobuye sikhulume no mmeli mayelana nemithetho elandelwayo uma ufuna ukuhlaba.

#Ukhozi FM BREAKFAST SHOW - 07 APRIL 2026
11:46

#UkhozifmVabs :sixoxa no Rank Manager wase Mbumbulu taxi association
09:39

#Ezwenisakhile :UMZALI OXAKWE INGANE ENIMNYAKA EMITHATHU EYISIQHWAGA ECRECHE NASENDLINI. ISIZE YAGWAZA ILUNGA LOMNDENI INXEBANA.
17:31