Silandela udaba oluthinta izimo abasebenzi basezindaweni zokudlela abasebenza ngaphansi kwazo. Lokhu
kulandela ukusabalala kwevideo yomunye walabasebenzi ekhala ngokungalandelwa kwemithetho efanelekile lapho
esebenza khona. Le video iholele ekutheni umnyango weZabasebenzi ube nombhidlango kulezindawo zokudlela
nalapho kutholakale khona ukuthi lezindawo zikweleta abasebenzi imali yomholo einganiselwa ku R1.3 million. Ake
sikhulume no Aggy Muyilwa onguMhloli Jikelele emnyangweni weZabasebenzi.

#Ukhozi FM BREAKFAST SHOW - 07 APRIL 2026
11:46

#UkhozifmVabs :sixoxa no Rank Manager wase Mbumbulu taxi association
09:39

#Ezwenisakhile :UMZALI OXAKWE INGANE ENIMNYAKA EMITHATHU EYISIQHWAGA ECRECHE NASENDLINI. ISIZE YAGWAZA ILUNGA LOMNDENI INXEBANA.
17:31