#UkhozifmVabs:Sikhuluma nabameli bethu bakwaTM Mfeka Attorneys bazosichazela ukuthi abazali bangabekwa kanjani amacala okuthumba izingane zabo uma behluleka ukwazisa umzali ababambiseni naye ngomnyakazo akazowenza nengane yabo. Lokhu kubaluleke kakhulu njengoba kuza isikhathi samaholide futhi abazali abaningi bazihlelela uhambo nengane noma izingane akangayizalanga yedwa.

#Ukhozi FM BREAKFAST SHOW - 07 APRIL 2026
11:46

#UkhozifmVabs :sixoxa no Rank Manager wase Mbumbulu taxi association
09:39

#Ezwenisakhile :UMZALI OXAKWE INGANE ENIMNYAKA EMITHATHU EYISIQHWAGA ECRECHE NASENDLINI. ISIZE YAGWAZA ILUNGA LOMNDENI INXEBANA.
17:31