#Ukhozifmvabs :Inkantolo yase Western Cape isinqume ukuthi i-step father kufanele siqhubeke nokondla izingane ezimbili zalowo owayengumakoti wakhe. Ngo 2018 laba bobabili bashada umshado ohlukanisile phecelezi out of community of property kanti manje sebeyahlukanisa. Babeshade nabanye abantu ngaphambilini futhi banezingane ezimbili ngamunye abazithola kuleyomshado kodwa abazange babenezingane emshadweni wabo. Inkantolo inqume ukuthi lowesilisa kumele akhokhe uR40-thousand ngenyanga.

#Ukhozi FM BREAKFAST SHOW - 07 APRIL 2026
11:46

#UkhozifmVabs :sixoxa no Rank Manager wase Mbumbulu taxi association
09:39

#Ezwenisakhile :UMZALI OXAKWE INGANE ENIMNYAKA EMITHATHU EYISIQHWAGA ECRECHE NASENDLINI. ISIZE YAGWAZA ILUNGA LOMNDENI INXEBANA.
17:31