Ukhozi BreakfastUkhozi Breakfast

#UkhozifmVabs:Dr. kile Mteto, President: SA Women In Plumbing And Trades (SAWIPT) Miningi imikhakha abantu besifazane abasantwela kuyo, kuyathokozisa uma sizwa noma sibona abantu besifazane bekhula ezimbonini abangajwayelekile kuzo. Singabala imboni yezokuthutha (taxis, buses and trains), ezobunjiniyela, ezokwakha (construction), ezamamayini, kanye nezobuchwepheshe. Namhlanje sibheka kumkhakha we- Plumbing. Sikhule sazi ukuthi abantu besilisa abaphiwe kulomkhakha wokulungisa amapayipi, kwazise, bekungajwayelekile ukuthi abantu besifazane begqoke amabhuzu nama- overall. Namhlanje siyabona izibalo zabantu besifazane abangama- artisan kulomkhakha ziya zikhula, kanjalo nekhona Labantu besifazane kulomkhakha osulekelele abaningi besungule amabhizinisi abo kuwo, baxosha ikati eziko.

View descriptionShare
 

Dr. kile Mteto, President: SA Women In Plumbing And Trades
(SAWIPT)

Miningi imikhakha abantu besifazane abasantwela kuyo, kuyathokozisa uma
sizwa noma sibona abantu besifazane bekhula ezimbonini abangajwayelekile
kuzo. Singabala imboni yezokuthutha (taxis, buses and trains), ezobunjiniyela,
ezokwakha (construction), ezamamayini, kanye nezobuchwepheshe.
Namhlanje sibheka kumkhakha we- Plumbing. Sikhule sazi ukuthi abantu

besilisa abaphiwe kulomkhakha wokulungisa amapayipi, kwazise,
bekungajwayelekile ukuthi abantu besifazane begqoke amabhuzu nama-
overall. Namhlanje siyabona izibalo zabantu besifazane abangama- artisan
kulomkhakha ziya zikhula, kanjalo nekhona Labantu besifazane kulomkhakha
osulekelele abaningi besungule amabhizinisi abo kuwo, baxosha ikati eziko.

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 1 playlist(s)

Ukhozi Breakfast

An energetic breakfast show packed with education, information, inspiration and wit, presented by Ve 
Social links
Recent clips
Browse 1,451 clip(s)