Ukhozi BreakfastUkhozi Breakfast

#UkhozifmVabs :Abantu base Ningizimu Afrika bayaqhubeka nokuba izisulu zomashonisa njengoba bezama ukuqhukuluza empilweni. Sithole i-email evela kumlaleli odinga usizo lwabezomthetho ngemali ayikweleta umashonisa. Umlaleli uthi ukweleta umashonisa imali elinganiselwa ku R8-thousand wamarandi, uthi akazi ukuthi ifike kanjani kulesamba ngoba waqala ngokuthatha uR200 bese njalo uma ephelelwe imali ubephindela kuye. Inkinga iqale uma umashonisa esegasela ekhaya lomlaleli emsabisa ngokuthatha impahla yasendlini uma engamkhokheli imali amkweleta yona. Uthi ufuna uR800 njalo ngenyanga, wala waphetha uma ethi angamnika u R500 ngenyanga. Sixoxa no Sphamandla Mthethwa,

View descriptionShare
 
No description provided
  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 1 playlist(s)

Ukhozi Breakfast

An energetic breakfast show packed with education, information, inspiration and wit, presented by Ve 
Social links
Recent clips
Browse 1,451 clip(s)