Ukhozi BreakfastUkhozi Breakfast

#Ezwenisakhile :Sibheka amacala amayelana nokungagculiseki ngobulungiswa. Icala lokuqala lenzeka eVanderbijlpark eGoli ngo 2022 kanti lithinta izithandani ezimbili okwatholakala izidumbu zazo sezonakele emva kokuthunjwa zalahlwa ehlathini. Owesifazane kulesigameko wayezithwele sekusele inyanga eyodwa ukuthi atete. Kwaboshwa uma wengane yokuqala ka mufi kanye nabalisa ababili abalivuma icala basho nokuthi babethunyiwe. Bobathathu abasolwa bangaphandle ngebheyili.

View descriptionShare
 

Sibheka amacala amayelana nokungagculiseki ngobulungiswa. Icala lokuqala lenzeka
eVanderbijlpark eGoli ngo 2022 kanti lithinta izithandani ezimbili okwatholakala izidumbu zazo sezonakele emva
kokuthunjwa zalahlwa ehlathini. Owesifazane kulesigameko wayezithwele sekusele inyanga eyodwa ukuthi atete.
Kwaboshwa uma wengane yokuqala ka mufi kanye nabalisa ababili abalivuma icala basho nokuthi babethunyiwe.
Bobathathu abasolwa bangaphandle ngebheyili.

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 1 playlist(s)

Ukhozi Breakfast

An energetic breakfast show packed with education, information, inspiration and wit, presented by Ve 
Social links
Recent clips
Browse 1,451 clip(s)