uNtando Mhlongo ongowase Nanda eThekwini onesifo samankwahla avuvukele. U-Ntando usesibhedlela saseMnambithi njengamanje lapho ezokwenza khona i-operation namhlanje ekuseni.
VUKA AFRICA BREAKFAST SHOW
1,238 clip(s)
#Amazw'okuqala usuku :Musa Zulu
#UkhozifmVabs :Sixoxa no Wandile Nkosi ongumsunguli wenkampani yezobuchwepheshe i-Nkosi Tech Solutions Trading ezinze e-Hazyview esifundazweni sase Mpumalanga.
#UkhozifmVabs : isiphakamiso sokuthi kumele kube khona isivumelwano esivela kunkosikazi esibhalwe phansi esigunyaza umyeni ukuthi angathatha unkosikazi wesibili. Lesiphakamiso sivele kwisithangami sePhalamende likazwelonke ebesihlola izimvo zabantu mayelana nomthetho sivivinyo womshado, iMarriage Bill. Kunemibono ethi lesiphakamiso singaholela ekubhebhethekiseni i-GBV. Sikhuluma no Prof Gugu Mazibuko, ovela kuMnyango we African Languages e-University of Johannesburg.