Usisi omdala usilandisa ngobhuti wakubo owaqala ngokuthinta isitho sangasese i-step daughter sakhe…wasuka lapho ngokubona ukuthi umama wakhe
akaphilile, wamuyisa enyangeni ukuyothola usizo, uthe ebuya wabe esefuna ukulala nomama wakhe…uma ebuzwa ngalomkhuba uthi kusho inyanga
ukuthi akalale nomama wakhe bese emugcoba isidoda sakhe khona umama ezobangcono…kumanje ugijimisa usisi wakhe omncane ufuna ukumenza
umakoti wakhe uthi umphuphe engumfaziwakhe naye ufuna ukulala naye ngenkani. Umama naye uzosilandisa ngesehlo sendodana yakhe.