Sike saba nengxoxo ekhethekile nomculi u-Des Lash Shongwe ngodaba lwakhe oluthinta ibandla le-illuminate.
wajoyina lelibandla ngethemba lokuthi uzothola udumo, imali kanye nesasasa eledlulele kwezomculo. Kodwa agcine kuthiwa
akakwenze ukuze athole konke loko, kumugxumise uhafu njengoba besekufuneka enze umhlabelo wegazi ngomama wakhe kanye nomntwana wakhe.

#Ezwenisakhile :Sikhuluma no Anonymous owadlwengulwa ilunga lomndeni
15:51

#UkhoziVabs :sikhuluma no Dr Malungi Memela :Kunemibiko ethi ama STI ayabhubhutheka eNingizimu-Africa. Okuthusa wonke umuntu, kuyiqiniso kangakanani lokhu? Oluphi uhlobo legciwane oluhamba phambili njengamanj
10:54

#UkhozifmVabs :sikhuluma no Mbongeni Mdluli owake waboshwa uxwayisa abantu abasha ngobungozi bezidakamizwa
02:38