Ukhozi BreakfastUkhozi Breakfast

#Ezweni sakhile :Sekuphele iminyaka engu 14 uMnuz Sibusiso Mazibuko ezama ukuthola isinxephezelo sakhe sakwa Road Accident Fund emva kokushayiswa imoto e-Newcastle ngonyaka ka 2011. Umama ka Sbusiso u-Cremensia Mazibuko ubegqigqa emahhovisi ka-RAF yonke leminyaka kwaze kwathi ngonyaka ka 2020 bamtshelwa ukuthi sekunommeli osekuyena ozomela u-Sbusiso kuloludaba. Ngokuka Cremensia abamazi lommeli futhi akaze bahlangane naye kepha ummeli uthi u-Sbusiso wafika ezocela usizo emahhovisi akhe eGoli ngo

View descriptionShare
 

#Ezweni SAkhile  :Sekuphele iminyaka engu 14 uMnuz Sibusiso Mazibuko ezama ukuthola isinxephezelo sakhe sakwa Road
Accident Fund emva kokushayiswa imoto e-Newcastle ngonyaka ka 2011. Umama ka Sbusiso u-Cremensia Mazibuko ubegqigqa
emahhovisi ka-RAF yonke leminyaka kwaze kwathi ngonyaka ka 2020 bamtshelwa ukuthi sekunommeli osekuyena ozomela u-Sbusiso
kuloludaba. Ngokuka Cremensia abamazi lommeli futhi akaze bahlangane naye kepha ummeli uthi u-Sbusiso wafika ezocela usizo
emahhovisi akhe eGoli ngonyaka ka 2017. Sikhuluma nomama ka Sbusiso u-Crementia, kanye no mmeli uMnuz Billy Nkonwani bese
sivala ngo Nomkhosi Gumede waka RAF.

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 1 playlist(s)

Ukhozi Breakfast

An energetic breakfast show packed with education, information, inspiration and wit, presented by Ve 
Social links
Recent clips
Browse 1,451 clip(s)