#Ezweni Sakhile: Namhlanje sikhuluma nomndeni wakwa Mnguni ngodaba oluthinta ingane yabo u-Lwandile osekuphele
iminyaka emibili engafundi emva kokudubuleka ekhanda ngenhlamvu yesbhamu engaziwa ukuthi yayi qhamuka kuphi. Lenhlekelele
yenzeka e-Clarermont ngonyaka ka 2021. Sikhuluma no mama ka Lwandile u-Mbalenhle kanye no Lwandile, sizophinde sikhulume no
Mhlaba Memela, okhulumela umnyango Wezenhlakakahle Yomphakathi, bese sthola novo lwamaphoyisa ku Brigadier nduduzo Bhengu.

#UkhozifmVabs :sixoxa no Rank Manager wase Mbumbulu taxi association
09:39

#Ezwenisakhile :UMZALI OXAKWE INGANE ENIMNYAKA EMITHATHU EYISIQHWAGA ECRECHE NASENDLINI. ISIZE YAGWAZA ILUNGA LOMNDENI INXEBANA.
17:31

#ukhozifmVabs :sikhuluma no Bonko Khoza odume ngilika Mqhele
12:48