Ukhozi FM Current AffairsUkhozi FM Current Affairs

SAMWU ON ETHEKWINI MUNICIPAL WORKERS STRIKE, ETHEKWINI MAYOR RESPONDS

View descriptionShare

Imeya yomkhandlu-dolobha weTheku uMn Mxolisi Kaunda, isiyalele izisebenzi ezingaphansi kwenyunyana i-Samwu ezitelekile ukuba zazise umphakathi ukuthi isiteleka sazo sesiphelile.

Kwi video ezungeza kwizinkundla zokuxhumana kuvela izikhulu zenyunyana i-Samwu zikhuluma nayo imeya lapho ikhipha khona lomyalelo.

Namhlanje ohlelweni sixhumana no Siyabonga Dladla ongusihlalo we Samwu kwisifunda seTheku, ositshela kabanzi ngezimfuno zabasebenzi.

UMeya uKaunda uyaziphendulela ngezinkinga ezibikwa iSamwu.

  • Facebook
  • Twitter
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

Ukhozi FM Current Affairs

Social links
Recent clips
Browse 39 clip(s)