Njengoba kusondela isikhathi sokuqoqwa kwentela, kujwayelekile ukuthi abantu bazithole bengaphansi kwengcindezi ngenxa yokuthi bakweleta isikhungo esiqoqa intela, u SARS.
Ukubheka kabanzi ezinye zezinto ezimqoka okumele uzenze uma ukweleta uSARS sixhumana no Themba Mthombeni we Thebado Consulting.