EZANAMUHLA: BONGANI MAHLANGU - Independent Economist
UMengameli Cyril Ramaphosa usesayine ngokusemthethweni umthethosivivinywa we-Pension Funds Amendment Bill, lapho abasebenzi sebengakwazi ukuthatha imali ethize yempesheni yabo eyingxenye yomhlalaphansi ngaphansi kohlelo olubizwa nge two pot retirement sysytem okulindeleke ukuthi luqale ngomhlaka 1 …
ABASIKI BEBUNDA: MK MEMBERS SWORN IN AS MPs
Umholi weqembu iMK Party ephalamende ujaji John Hlophe, engxoxweni ekhethekile abe nayo ne SABC, uveze ukuthi ukusondelana kwakhe nalo owabe enguMenagmeli wezwe uMnu Jacob Zuma kwamdonsela amazinyo abushelelezi wagcina ekhishwa ekubeni yijaji. Udaba lolu esilubheka kabanzi nomhlaziyi wezepolitiki u…
ABASIKI BEBUNDA: UMENGAMELI U-CYRIL RAMAPHOSA UGCOTSHWA NGOKUSEMTHETHWENI
Umengameli Cyril Ramaphosa usegcotshwe ngokusemthethweni njengomengameli wase Ningizimu Afrika namuhlanje ePitoli. Phakathi kwezinto azishilo ngenkathi ethula inkulumo yakhe ezindlini zombuso iUnion Building, wukuthi imphumela yokhetho ikhombe ukuthi abantu bakuleli bafuna amaqembu ezepolitiki uku…
EZANAMUHLA 4 JUNE 2024
Jeff Dubazane - SANDU Spokesperson on SANDU criticising government for failing to provide the military with adequate resources. : Nonala Ndlovu - KZN CoGTA Communication Head on the latest update of the storm that had devastating effects in some parts of the KZN province
ABASIKI BEBUNDA 14 MAY 2024
Inyunyana yezisebenzi zezempilo iDenosa isizwakalise ukwamukela ukusayinwa kwe iNational Health Insurance Bill (NHI). Ngakolunye uhlangokuthi, inhlangano yezepolitiki iDA yona, iyaphikisana nale National Health Insurance Bill okulindeleke ukuthi uMengameli Cyril Ramaphosa ayisayine ngo Lwesithathu.…
ABASIKI BEBUNDA: STHEMBISO TEMBE ON NEHAWU TO OPPOSE SUSPENSION OF XOLILE GEORGE
Inyunyana yezisebenzi iNEHAWU ePhalamende ithi izosiphikisa isinqumo sokumiswa kukaNobhala uXolile George. UGeorge uke wagxekwe kakhulu ngemuva kokuvela kwembiko yokuthi wanyuselwa iholo ngenani elingaphezu kwesigidi phakathi kwezinyanga ezingu-17. Ohlelweni namhlanje sikhuluma no sihlalo wegatsh…
ABASIKI BEBUNDA: TRUCK DRIVERS LOOMING STRIKE
Kufufusa esinye isiteleka embonini yamaloli kuleli. Lokhu njengoba kusekukhulu ukukhathazeka kubashayeli bakuleli abasola abokufika ngokubathathela imisebenzi. Imibiko esisabalele kwizinkundla zokuxhumana ithi kusukela mhla zingamashumi amabili kwephezulu kungase kuphazamiseke ukusebenza kwamalol…
ABASIKI BEBUNDA: BUILDING COLLAPSE KILLS 6 IN GEORGE
Amathimba abatakuli asematasatasa azama ukutakula abantu abasavaleleke ngaphansi kwemfucuza yebhilidi elidilikile e George esifundazweni i Western Cape. Lelibhilidi ebelisakhiwa lidilike izolo ntambama. Kuze kuba manje, abantu abangu 28 asebetakuliwe kanti abayisithupha babo bashonile. Ohlelweni…
ABASIKI BEBUNDA: MSUNDUZI MAYOR MZI THEBOLLA WELCOMES DECISION TO HAVE MUNICIPALITY TAKEN OUT OF ADMINISTRATION
Isishayamthetho saKwaZulu-Natal sesithathe isinqumo sokukhipha umkhandlu wase Msunduzi ngaphansi kweso lomqaphi. Sekuphele iminyaka engaphezu kwemihlanu ingaphansi kweso lomqaphi ngenxa yokwehluleka ukwenza umsebenzi wayo ngendlela.
INTERVIEW: THEMBA MTHOMBENI
Njengoba kusondela isikhathi sokuqoqwa kwentela, kujwayelekile ukuthi abantu bazithole bengaphansi kwengcindezi ngenxa yokuthi bakweleta isikhungo esiqoqa intela, u SARS. Ukubheka kabanzi ezinye zezinto ezimqoka okumele uzenze uma ukweleta uSARS sixhumana no Themba Mthombeni we Thebado Consulting.