Kulenkulumongxoxo, iMayor yaKwaDukuza uLindiwe Nhaca uphendula mayelana nezikhalo ezahlukahlukene eziqubuke ezinkundleni zokxhumana mayelana nokulethwa kwezidingongqangi emiphakathini yakwaDukuza. Lokhu kubandakanya ukwakhiwe kwezindlu zomxhaso kanye nokwakhiwa kwengqalaszinda.