Ukhozi FM Current AffairsUkhozi FM Current Affairs

EZISEMATHENI: NUMSA returns to the Labour Court to defend its right to strike at RAF

View descriptionShare

Inyunyana yabasebenzi abasebenza ngokusansimbi i-National Union of Metalworkers of South Africa (NUMSA) ifake isicelo enkantolo yabasebenzi ukuthola ilungelo lokungenela isiteleka esivikelwe. Izinhlelo zale nyunyana ngaphambilini zokumashela emahhovisi okuthutha zabhuntsha emva kokuthi umqashi i-Road Accident Fund athola isivimbelo enkantolo. 

Umnumzane Mcintosh Polela okhulumela abakwa Road Accident Fund ugcizelele ukuthi i-NUMSA ayinalo ilungelo lokuhlela isiteleka kwa-RAF ngoba abanabo abasebenzi abasebenza ngokusansimbi. 

  • Facebook
  • Twitter
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

Ukhozi FM Current Affairs

Social links
Recent clips
Browse 39 clip(s)