Ukhozi FM Current AffairsUkhozi FM Current Affairs

EZANGEMPELASONTO: MPENDLE SPEAKER PROMISES MUNICIPAL WORKERS TO BE PAID FOLLOWING SALARY ISSUES OVER 3 MONTHS

View descriptionShare
 

Umaspala waseMpendle uyaqhubeka nokubhekana nezingqinamba njengoba kunemibiko yokuthi abasebenzi bawo abaholile.

Ezinyangeni ezimbalwa ezedlule, lomaspala ububhekene nenkinga efanayo kodwa yagcina ixazululeka. Kamumva usuphinde wazithola usukulesimo futhi.

Ukuthola kabanzi ukuthi kungani kuqhubeka lenselelo kanye nezixazululo ezihleliwe, sixhumane no somlomo womkhandlu uMnu Wonder Dlamini.

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 2 playlist(s)

Ukhozi FM Current Affairs

Ukhozi FM News and Current Affairs. Brought to you by SABC News.
Social links
Recent clips
Browse 840 clip(s)