Ukhozi FM Current AffairsUkhozi FM Current Affairs

EZANGEMPELASONTO: INKOSI ZONDI KWAMPUMUZA DEALS WITH ILLEGAL FOREIGN-OWNED SHOPS IN THE AREA

View descriptionShare

Inkosi yesizwe sakwaMpumuza Inkosi Khethokuhle Zondi isijike undabamlonyeni njengoba ikade ibize umhlangano wokudingida izingqinamba ezahlukahlukene ekuthiwa zilethwa abakuleli ngokungemthethwo kulesiyasizwe.

Kulomhlangano kuhlonzwe bonke abantu abaqhamuka emazweni angaphandle abahlala baphinde babe namabhizinisi kuleyandawo.

Izibalo eziqhamukile, zithande ukshaqisa nokho njengoba kuvele ukuthi amabhizinisi abantu abavela emazweni angaphandle maningi kunawabantu bokuzalwa kuleyandawo.

Ukuthola kabanzi ngokuhlalukile kanye nezinyathelo ezithathiwe, sixhumana nayo inkosi yesizwe sakwa Mpumuza Inkosi Khethokuhle Zondi. 

  • Facebook
  • X (Twitter)
  • WhatsApp
  • Email
  • Download

In 2 playlist(s)

Ukhozi FM Current Affairs

Ukhozi FM News and Current Affairs. Brought to you by SABC News.
Social links
Recent clips
Browse 761 clip(s)