Sekuqubuke ukukhathazeka mayelana nomthelela impi eqhubeka e-Iran engase ibe nawo emnothweni wakuleli njengoba sekube nembiko yokuthi u-petrol no diesel ungase unyuke ngamanani aphezulu kakhulu ngenyanga ezayo.
Abanye bo ngoti sebeqagule ukuthi umnotho ungase ushayeke ngendlela eyagcina ukubonakala ngesikhathi se Covid-19 umangabe izinto zizoqhubeka ngalendlela.
Ohlelweni namuhla sixhumane no Solwazi Bheki Mngomezulu, ongumhlaziyi wezepolitki. Kanti esigabe sesibili sibe sesixhumana no Mnu Sibusiso Mboto we-Pietermaritzburg Economic Justice and Dignity kanye no Dr Sanele Gumede oyisazi sezomnotho.

EZANAMUHLA: POLITICAL ECONOMIST ON HOW SA CAN MITIGATE AGAINST FUEL PRICE HIKES AMID US AND ISRAEL WAR ON IRAN.
31:52

EZANAMUHLA: Security expert, Mashaile reaction on Masemola's summons
07:54

EZANAMUHLA: South African Policing Union(SAPU) has reacted on the issuing of summons to Masemola
06:09