Umbiko wakamuva we khomishana yamalungelo abantu base Ningizimu Afrika (SAHRC) wangonyaka u2025 oqapha ukuzilungiselela kwezikole, ugqamise uhlelo lwemfundo olungalingani ikakhulu lapho ilungelo lomfundi lokufunda lisanqunywa wukuthi uhlala kuphi kanye nesimo senhlalo-mnotho sakhe.
Njengoba iNingizimu Afrika ibungaza imnyaka engu 30 yokuba khona komqulu wamalungelo, kumele sizibuze ukuthi sidlula kanjani kuloku ngalingani okungaka esikubona mihla namalanga.
Lokhu sikubheka kabanzi no Dumisani Tshabalala, oyinhloko yezemfundo esikoleni iOprah Winfrey Leadership Academy for Girls.

EZANGEMPELASONTO: MORE THAN 500 YOUTH GRADUATE TO TRANSFORM THE REAL ESTATE MARKET IN SA
08:09

EZANAMUHLA: EZEMVELO KZN ON COLLABORATION WITH TRADITIONAL HEALERS.
11:04

ABASIKI BEBUNDA: INGONYAMA TRUST BOARD CONSIDERING LEGAL ACTION AFTER ITS DISSOLUTION
14:30