Abatakuli bebhizinisi benkampani i-Tongaat Hulett sebefake isicelo enkantolo sokuthi bamise uhlelo lokuzama ukutakula lenkampani bese kuqokwa ozovikela aphinde aqaphe impahla yalenkampani, emva kokuhluleka kwezingxoxo zokuthola imali ezofakwa kulenkampani.
Ngesonto elizayo inkantolo enkulu yaKwaZulu-Natali kulindeleke ukuthi ilalele isicelo sokuthi kuqokwe ozobhekelela izinto ezithinta lenkampani emva kokuhluleka kohlelo lokuyitakula.
Ukuthola kabanzi ngokuthi lokhu kusho ukuthini sixoxisane no Dr Simiso Msomi ovela kwisikhungo semfundo ephakeme i-University of Kwa-Zulu Natal.

EZANAMUHLA: EFF ON THEIR BUDGET SPEECH EXPECTATIONS.
05:09

EZANAMUHLA: JMPEJD ON BUDGET EXPECTATIONS
06:19

ABASIKI BEBUNDA: SIU REVEALS MAJOR FRAUD AND CORRUPTION AT HOME AFFAIRS
08:02